UMDLALO: KUSA KUSA – S.P. NHLEKO [35]

1.1 Funda iziqeshana ngezansi bese uphendula imibuzo ezolandela.: ISIQESHANA A
(Ngawo umgqibelo ntambama, izintombi zihleli ekamelweni lika Nomcebo ziyaxoxa zilalele umsakazo)
Zenzile
Nomcebo
Zenzile
Fakazile onjani
Sebenzile
: Wasasa nje namhlanje Sebenzile kwenze njani?
: (Ngokubhuqa) Phela belimukhiphile isoka lakhe elisha
: Kambe awusho ntombi luhambe kanjani usuku lwakho?
: Usichazele ngaye uSbali wethu omusha uqobo ukuthi umuntu
: Naze nazithanda izindaba bo!
Zenzile
ngezinqumo esizithathile
: Woza nazo ntombi size nedlebe. Nathi sizokuxoxela
Nomcebo : (Ngokumangala) Engabe yisiphi leso sinqumo, ngiyoke ngizwe. Fakazile : Shesha phela Sebenzile. Sengijahe ukuzwa uZenzile ukuthi
ufuna ukusitshelani.
Sebenzile : Empeleni akukuningi nami engizokusho. Phela besiqala ukuba ndawonye. Besisafundana. Benginamahloni aye futhi. Kepha yena ubukeka njengomuntu onothando, futhi olungile.
4

Umbuzo 1.1.1 [1 imaki]
Ngubani igama lalo leli soka okukhulunywa ngalo?
Umbuzo 1.1.2 [2 amamaki]
Ngabe ezandawonye noma zihlobene lezi zintombi? Sekela impendulo yakho.
Umbuzo 1.1.3 [2 amamaki]
Kungani uZenzile athi usuku lukaSebenzile kulesi sigeshana?
Umbuzo 1.1.4 [2 amamaki]
Uqonde ukuthini uNomcebo uma ethi uSebenzile belimkhiphile isoka lakhe?
Umbuzo 1.1.5 [2 amamaki]
Nika kube kubili uSebenzile akwenzelwe yisoka lakhe elisha ngalolu suku okukhulunywa ngalo kulesi siqephu.
Umbuzo 1.1.6 [2 amamaki] Caphuna esiqeshini amazwi asho lokhu:
1.1.6.1 Ukujabula.
1.1.6.2 Silalele
Umbuzo 1.1.7 [3 amamaki]
“USebenzile usethandane isikhathi eside nesoka lakhe." Ngabe lesi sitatimende siliQINISO noma AMANGA? Sekela ngokucaphuna esiqeshini amazwi afakazela impendulo yakho
Umbuzo 1.1.8 [2 amamaki]
Ngabe sinqumo sini lesi uZenzile athi usithathile?
5

Umbuzo 1.1.9 [2 amamaki]
Ngokucabanga kwakho, yini emangaza uNomcebo uma UZenzile ethi kunesinqumo asithathile
AMAMAKI: 18
1.2 Funda isiqephu ngezansi bese uphendula imibuzo ezolandela.: ISIQEPHU B
(Kusemqashweni, evulandi kuhleli uSebenzile, uFakazile, uZenzile noNomcebo. NguMggibelo ntambama bayaxoxa.)
Nomcebo : Uqinisile lapho Fakazile. Into nje ubungeke usalunga lapha efemini ngoba kuyehliwa kuyenyukwa uma kusetshenzwa. Akuhlalwa phansi.
Fakazile Zenzile Fakazile
Zenzile
ukuthi limphatheleni kwakungeke kuze kube nje. Ngangizoyibona iseza le nkinga esengikuyo bese ngiyayigwema.
Vusi : (Esho esondela ebaxhawula ngamunye ugamunye) Sanibonani zintokazi.
Kusaphileka kodwa? Ngizwile nangengozi enivelele wena Sebenzile nawe Zenzile. Xolani zintokazi, uNkulunkulu uyakwazi akwenzayo. Nguye owazi ikusasa lomuntu.
Zenzile: Siyabonga ngokuba uzihluphe uzosibona. Wenze kahle impela ngoba ubungeke uphinde usibone. Siyahamba ngoMsombuluko. Ngeke siphinde sisabuya
: Uzowuthola umsebenzi ozowenza uhleli phansi. : Njengoba ngingafundile, ngizowutholaphi? :Bekezela nje kuyoze kulunge.
: (Ebheke phansi) Ukuba umuntu uyakwazi ukubona ikusasa
6

Umbuzo 1.2.1 [2 amamaki]
Kungani uNomcebo ethi uZenzile uzowuthola umsebenzi azowenza ehleli
phansi?
Umbuzo 1.2.2 [2 amamaki]
Caphuna kulesi siqephu umusho okuyiwona oqukethe umyalezo walo mdlalo.
Umbuzo 1.2.3 [2 amamaki]
Yini lena eyenza uZenzile abalise kangaka engxoxweni yakhe kulesi siqephu? Umbuzo 1.2.4 [3 amamaki]
Ngokwalesi siqephu uVusi uvezwe njengomlingiswa onjani? Chaza.
Umbuzo 1.2.5 [2 amamaki]
UZenzile ungamuchaza njengomlingiswa onjani?
Umbuzo 1.2.6 [2 amamaki]
Umlingiswa uVusi sabanjani isiphetho sakhe ngokwendaba oyifundile?
Umbuzo 1.2.7 [2 amamaki]
Chaza lokhu njengokukwazi kwakho: 1.2.7.1 Ingwijikhwebu.
1.2.7.2 Indikimba.
Umbuzo 1.2.8 [2 amamaki]
Ubizwa ngokuthiwani umlingiswa omkhulu embhalweni ongumdlalo?

Bot GPT 3.5 Bot GPT 3.5 answered

Umbuzo 1.2.9 [2 amamaki]

Yini impendulo yakho uma usebenzisa iindikimba nokugweba ekwakheni izibonelo ngokusebenzisa iindikimba.

AMAMAKI: 17