Please translate to English:

3. Ngokwakhela phezu kwalo msebenzi owethulwa yilaba bacwaningi, bhekani ingcwengazinhlamvu yokukhulunywayo nokubhaliweyo, bese:
3.1 Nichaza kabanzi ukuthi nina beningasebenzisa yiphi indlela-kubuka ukuhlaziya lesi simo.
3.2 Nizakhela imibuzo yocwaningo ebingasetshenziswa ababhali bale athikili ukufinyelela esiphethweni somsebenzi wabo, uma bebengahlaziyi ubunjalo bemibhalo.
3.3 Nichaza ukuthi iziphi izindlela zocwaningo obeningazisebenzisa ukucwaninga lesi simo. Khumbulani ukuthi izindlela zocwaningo kufanele zihambisane nemibuzo yocwaningo.
3.4 Qhamukani nohlaka lwensizakuhlaziya enibona ukuthi belungasiza kulolu cwaningo.

3. When reflecting on this task assigned to these learners, consider the importance of critical thinking and writing, and then:

3.1 Share your thoughts on how you have not utilized any method to analyze this skill.
3.2 Come up with research questions not previously used by these tax collectors to be included in their work output, if they did not analyze the content of the documents correctly.
3.3 Share which research methods you have not used to analyze this skill. Remember that research methods should align with research questions.
3.4 Rise to the challenge and see where you can be of help in this analysis.